Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




Mathewu 11:7 - Baasraak Zulu New Testament Bible

7 Sebemuka, uJesu waqala ukukhuluma ezixukwini ngoJohane, wathi: “Naphuma ukuyobonani ehlane na? Umhlanga unyakaziswa ngumoya na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Kepha sebemuka laba, uJesu waqala ukukhuluma ezixukwini ngoJohane, wathi: “Naphuma naya ehlane ukuyobonani na? Umhlanga ontengantengiswa ngumoya na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

7 Kwathi labo bafundi sebehamba, uJesu waqala ukukhuluma ezixukwini ngoJohane, wathi: “Naphuma naya ehlane niyobonani na? Umhlanga ontengantengiswa ngumoya na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Sebemuka, uJesu waqala ukukhuluma ezixukwini ngoJohane, wathi: “Naphuma ukuyobonani ehlane na? Umhlanga unyakaziswa ngumoya na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




Mathewu 11:7
15 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kodwa laphumela ukuyabonani? Umuntu owembethe ingubo ethambileyo na? bhekani, abembethe ezintofontofo basezindlini zamakhosi.


Umhlanga ofecekileyo akayikuwuphula, nelineni eliqhumayo akayikuwucima, aze athumele ukwahlulela kube-ngukunqoba.


Ubhapathizo lukaJohane lwavelaphi na? ezulwini noma kubantu na? Basebekhulumisana bodwa, besithi: Uba sisithi: Ezulwini; uzakuthi kithi: Pho, anikholwanga nguye ngani na?


Kwaphumela kuye iJerusalema, neJudiya lonke, nesifunda sonke saseJordani.


Ngakho qaphelani ukuthi nizwa kanjani, ngokuba yilowo nalowo onakho uyakuphiwa; futhi lowo ongenakho uyothathwa kuye ngisho nalokho angathi unakho.


UJesu waphenduka, wababona belandela, wathi kubo: Nifunani na? Basebesithi kuye: Rabi, (okutsho ukuthi, Mfundisi,) uhlala ngaphi?


Yena wayeyisibani esivuthayo nesikhanyayo, nina-ke nathanda ukuthokoza isikhashana ekukhanyeni kwakhe.


ukuze singabe sisaba abantwana, sijikijelwa ngapha nangapha, siqhutshwa yiwo wonke umoya wemfundiso, ngobuqili babantu, nobuqili bobuqili abaqamekela ukudukisa ngabo;


Kodwa kacele ekholweni engangabazi lutho. Ngokuba ongabazayo ufana negagasi lolwandle eliqhutshwa umoya linyakaziswa.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ