Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




KwabaseKolose 1:25 - Baasraak Zulu New Testament Bible

25 engenziwa ngayo isikhonzi ngokohlelo lukaNkulunkulu engiwuphiwe ngenxa yenu, ukugcwalisa izwi likaNkulunkulu;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

25 engenziwa isikhonzi salo ngokwesimiso sikaNkulunkulu enganikwa sona maqondana nani ukuba ligcwaliswe izwi likaNkulunkulu,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

25 engenziwe isikhonzi salo ngokwesimiso sikaNkulunkulu owanginika sona maqondana nani, ukuze ligcwaliseke izwi likaNkulunkulu,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

25 engenziwa ngayo isikhonzi ngokohlelo lukaNkulunkulu engiwuphiwe ngenxa yenu, ukugcwalisa izwi likaNkulunkulu;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




KwabaseKolose 1:25
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Pho ungubani uPawulu, no-Apholo uyini, kodwa izikhonzi enakholwa ngazo, njengalokho iNkosi yamnika yilowo nalowo?


Ngokuba uma ngikwenza lokho ngokuzithandela, nginomvuzo;


Uma nizwile ngokwesimiso somusa kaNkulunkulu engiwuphiwe kini;


engaba khona isikhonzi sakho ngokwesipho somusa kaNkulunkulu engiwuphiweyo ngokusebenza kwamandla akhe.


Uma nihlala ekukholweni nisekelwe niqinile, ningasuswa ethembeni levangeli enalizwa, elashunyayelwa kukho konke okudaliweyo okuphansi kwezulu; mina Pawulu ngenziwa isikhonzi sakho;


sathuma uThimothewu umzalwane wethu, isikhonzi sikaNkulunkulu, nesisebenzi kanye nathi evangelini likaKristu, ukuze aniqinise, aniduduze ekukholweni kwenu;


Uma ukhumbuza abazalwane ngalezi zinto, uyakuba yisikhonzi esihle sikaJesu Kristu, esondliwe ngamazwi okukholwa nesifundiso esihle osigcinile.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ