Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




KumaHeberu 3:2 - Baasraak Zulu New Testament Bible

2 owayethembekile kowammisayo, njengoMozisi laye wayethembekile endlini yakhe yonke.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 owayethembeka kuyena owammisayo, njengoMose naye wayenjalo endlini yakhe yonke.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

2 owethembeka kulowo owammisayo, njengoMose naye owayenjalo endlini yakhe yonke.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

2 owayethembekile kowammisayo, njengoMozisi laye wayethembekile endlini yakhe yonke.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




KumaHeberu 3:2
14 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Uma nigcina imiyalo yami, niyakuhlala othandweni lwami; njengalokhu nami ngigcinile imiyalo kaBaba, ngihlezi othandweni lwakhe.


Ngikukhazimulisile emhlabeni, ngiwuqedile umsebenzi onginike wona ukuba ngiwenze.


Okhuluma okwakhe uzifunela udumo lwakhe, kepha ofuna udumo lwalowo omthumileyo uqinisile, akukho ukungalungi kuye.


Ongithumileyo unami; uBaba akangishiyanga ngedwa; ngoba mina ngenza njalo okumthokozisayo.


enibuye nakhiwe ndawonye kuye, nibe yindlu kaNkulunkulu ngoMoya.


Ngiyambonga ongenzele amandla, uKristu Jesu iNkosi yethu, ngokuba wathi ngikholekile, engimisa enkonzweni;


Kepha uma ngilibala, ukuze wazi ukuthi kufanele ukuziphatha kanjani endlini kaNkulunkulu, eyibandla likaNkulunkulu ophilayo, insika nesisekelo seqiniso.


Ngakho kwamfanela ukuthi afane labafowabo kukho konke, ukuze abe ngumpristi omkhulu olesihawu lothembekileyo ezintweni ezimayelana loNkulunkulu, ukuze enze inhlawulo yokuthula ngezono zabantu.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ