Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




Johane 6:71 - Baasraak Zulu New Testament Bible

71 Wayekhuluma ngoJudasi Iskariyothe kaSimoni, ngoba nguye owayezamkhaphela, engomunye wabalitshumi lambili.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

71 Wayekhuluma ngoJuda Iskariyothe kaSimoni, ngokuba nguye obezakumkhaphela engomunye wabayishumi nambili.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

71 Wayekhuluma ngoJuda, indodana kaSimoni Iskariyothe, ongomunye wabali-12, ngokuba nguye owayezakumkhaphela.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

71 Wayekhuluma ngoJudasi Iskariyothe kaSimoni, ngoba nguye owayezamkhaphela, engomunye wabalitshumi lambili.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




Johane 6:71
19 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Amagama abaphostoli abayishumi nambili yilawa; owokuqala nguSimoni othiwa uPetro, loAndreya umfowabo; uJakobe kaZebedewu, noJohane umfowabo;


uSimoni umKhanani, noJudasi Iskariyothe owamkhaphelayo.


UJudasi Iskariyothe, omunye wabayishumi nambili, waya kubapristi abakhulu ukuze amkhaphele kubo.


Khona wathi omunye wabafundi bakhe, uJudasi Iskariyothe, kaSimoni, obezamkhaphela.


Sekudliwe isidlo sakusihlwa, uSathane esefakile enhliziyweni kaJuda Iskariyothe kaSimoni ukuba amkhaphele;


UJesu waphendula wathi: Nguye engizamnika ucezwana, nxa ngisicwilisile. Eselucwilisile ucezu, walunika uJuda Iskariyothe kaSimoni.


UJesu wayesemenyiwe kanye nabafundi bakhe emshadweni.


Kepha uTomase, omunye wabayishumi nambili, othiwa uDidimu, wayengekho kubo mhla efika uJesu.


Kodwa bakhona abanye kini abangakholwa. Ngokuba uJesu wayazi kwasekuqaleni ukuthi bangobani abangakholwa nokuthi ngubani oyakumkhaphela.


UJesu wabaphendula wathi: “Mina anginikhethanga nina abayishumi nambili na?


yena esenikelwe ngecebo elimisiweyo nangokwazi kukaNkulunkulu ngaphambili, namthatha, ngezandla zababi nambethela, nambulala;


Ngokuba sekungene ngokunyenya abantu abathile, abamiselwa ngaphambili lokhukulahlwa ngaphambili, abangamesabi uNkulunkulu, abaphendula umusa kaNkulunkulu wethu ube ngamanyala, bephika uMbusi oyedwa uNkulunkulu wethu, neNkosi yethu uJesu Kristu.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ