Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




Johane 11:53 - Baasraak Zulu New Testament Bible

53 Khona kusukela ngalolo suku benza icebo lokuba bambulale.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

53 Kusukela kulolo suku baceba ukuba bambulale.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

53 Ngakho kusukela kulolo suku, bakha uzungu lokumbulala.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

53 Khona kusukela ngalolo suku benza icebo lokuba bambulale.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




Johane 11:53
22 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Base bephuma abaFarisi, benza icebo ngaye lokuba bambhubhise.


Kusukela ngaleso sikhathi uJesu waqala ukubonisa abafundi bakhe ukuthi umelwe ukuya eJerusalema, ahlushwe ngokuningi ngamalunga nabapristi abakhulu nababhali, abulawe, avuswe ngosuku lwesithathu.


Akwabangakho-muntu owakwazi ukumphendula izwi;


Bacebisana ukuthi bambambe uJesu ngobuqili, bambulale.


Abapristi abakhulu namalunga nomkhandlu wonke bafuna ubufakazi bamanga ngoJesu ukuze bambulale;


Emva kwezinsuku ezimbili kwakukhona iPhasika nomkhosi wesinkwa esingenamvubelo; abapristi abakhulu nababhali bafuna ukuthi bangambamba kanjani ngobuqili, bambulale.


Base bephuma abaFarisi, bahle bacebisana nabakaHerode ukuthi bangambulala kanjani.


Khona abapristi abakhulu nabaFarisi base bebutha umphakathi, bathi: “Senzenjani na? ngoba lomuntu wenza izibonakaliso ezinengi.


Kepha abapristi abakhulu benza icebo lokuba babulale noLazaru;


Emva kwalokho uJesu wahambahamba eGalile, ngokuba wayengathandi ukuhamba eJudiya, ngokuba abaJuda babefuna ukumbulala.


Sebezwile bahlabeka enhliziyweni, benza icebo lokubabulala.


Kwathi seziphelile izinsuku eziningi, abaJuda benza icebo lokuba bambulale;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ