Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




IzEnzo 27:40 - Baasraak Zulu New Testament Bible

40 Sebekhuphulile amahange, bawayekela olwandle, bathukulula izibopho zokuqondisa, baphakamisela emoyeni useyili wangaphambili, baqonda ogwini.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

40 Banquma amahange* bawashiya elwandle, bathukulula futhi izintambo zamaphini okuqondisa, baphakamisela emoyeni indwangu ephambili, baqonda ogwini.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

40 Banquma amahange, bawashiya olwandle; bathukulula izintambo zamaphini okuqondisa umkhumbi; indwangu engaphambili bayiphakamisela emoyeni, base beqonda ogwini.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

40 Sebekhuphulile amahange, bawayekela olwandle, bathukulula izibopho zokuqondisa, baphakamisela emoyeni useyili wangaphambili, baqonda ogwini.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




IzEnzo 27:40
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UJesu ehamba ngaselwandle lwaseGalile wabona izelamani ezimbili, uSimoni othiwa uPetru, no-Andreya umfowabo, bephonsa inetha olwandle, ngokuba babengabadobi.


Sebewuthathile, basebenzisa izinsiza, bebopha umkhumbi ngaphansi; besaba ukuthi bangawela esihlabathini esimanzi, banqamula useyili, baqhutshwa kanjalo.


Sebefikile endaweni lapho kuhlangana khona ulwandle olubili, umkhumbi waguqa; ingaphambili lanamathela, lahlala lingenakunyakaziswa, kepha ingemuva laphuka ngamandla amaza.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ