Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




IzEnzo 25:3 - Baasraak Zulu New Testament Bible

3 bacela umusa ngaye ukuba ambize eJerusalema, beqamekele ukuba bambulale endleleni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 bazicelela umusa ngaye wokuba ambizele eJerusalema, becebile ukumqamekela ukuba bambulale endleleni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

3 becela umusa kuye ukuba ambizele eJerusalema uPawula; base bakhe uzungu lokumbulala endleleni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Bacela umusa ngaye ukuba ambize eJerusalema, beqamekele ukuba bambulale endleleni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




IzEnzo 25:3
16 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Lalokhu bayakukwenza kini, ngokuba bengamazanga uBaba noma mina.


wacela kuye izincwadi zokuya eDamaseku eziya emasinagogeni, ukuze kuthi uma ethola abanye baleyo Ndlela, abesilisa noma abesifazane, abalethe eJerusalema beboshiwe.


Kodwa iqhinga labo laziwa nguSawuli. Bawalinda amasango imini nobusuku ukuba bambulale.


Njalo kungabi njengalokhu sihletshwa, lanjengoba abanye bathi sithi: Asenze okubi, ukuze kuvele okuhle? ukulahlwa kwabo kungukulunga.


ekuhambeni njalo, ezingozini zamanzi, ezingozini zabaphangi, ezingozini ngabakithi, ezingozini ngabezizwe, engozini emzini, engozini enkangala, engozini olwandle, engozini phakathi kwabazalwane bamanga.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ