Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




IzEnzo 22:6 - Baasraak Zulu New Testament Bible

6 Kwasekusithi ngisahamba sengisondela eDamaseko emini enkulu, kungazelelwe kwakhanyisa inhlangothi zonke ukukhanya okukhulu okuvela ezulwini.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 “Kwathi ngisahamba ngisondela eDamaseku kuphakathi kwemini, kwangibaneka masinyane nxazonke ukukhanya okukhulu okwavela ezulwini,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

6 “Kwathi ngisendleleni ngihamba, sengisondela eDamaseku emini kwabha, kwabanika masinyane nxazonke ukukhanya okukhulu kuvela ezulwini,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Kwasekusithi ngisahamba sengisondela eDamaseko emini enkulu, kungazelelwe kwakhanyisa inhlangothi zonke ukukhanya okukhulu okuvela ezulwini.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




IzEnzo 22:6
11 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Waseguqulwa isimo phambi kwabo, ubuso bakhe bakhazimula njengelanga, nezingubo zakhe zaba mhlophe njengokukhanya.


Ngawa phansi, ngezwa izwi lithi kimi: Sawulu, Sawulu, ungizingelelani na?


Kwase kuba khona ukukhala okukhulu, ababhali besigaba sabaFarisi basukuma baphikisana, besithi: Kasitholi okubi kulumuntu;


Ekugcineni kwabo bonke wabonwa nakimi, njengakuwo owazalwa kungakabi yisikhathi.


Esandleni sakhe sokunene wayephethe izinkanyezi eziyisikhombisa, nasemlonyeni wakhe kuphuma inkemba ebukhali esika nhlangothi zombili, nobuso bakhe bunjengelanga elikhanya ngamandla alo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ