Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




IzEnzo 19:18 - Baasraak Zulu New Testament Bible

18 Nabaningi abakholwayo beza, bazivuma, babika izenzo zabo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 nabaningi kwabakholwayo beza bazivuma, bazibika izenzo zabo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

18 Abaningi kulabo abakholwayo beza bavuma futhi badalula izenzo zabo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

18 Nabaningi abakholwayo beza, bazivuma, babika izenzo zabo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




IzEnzo 19:18
14 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

babhapathizwa nguye eJordani, bevuma izono zabo.


Lokho kwaziwa yibo bonke abakhileyo e-Efesu abaJuda namaGreki; ukwesaba kwabehlela bonke, ladunyiswa igama leNkosi uJesu.


Abaningi kwababenza imilingo babuthela ndawonye izincwadi zabo, bazishisa phambi kwabo bonke; babala intengo yazo, bathola izinhlamvu zesiliva eziyizinkulungwane ezingamashumi ayisihlanu.


Ngokuba umuntu ukholwa ngenhliziyo kube ngukulunga; futhi ngomlomo kuvuma kube yinsindiso.


Vumani izono omunye komunye, nikhulekelane ukuba niphulukiswe. Umkhuleko wolungileyo unamandla amakhulu.


Uma sizivuma izono zethu, uthembekile, ulungile, ukuba asithethelele izono, asihlambulule kukho konke ukungalungi.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ