Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




IzEnzo 16:2 - Baasraak Zulu New Testament Bible

2 owayefakazelwa kahle ngabazalwane baseListra nase-Ikoniyu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 owayefakazelwa kahle ngabazalwane baseListra nabase-Ikoniyu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

2 owayenconywa ngabazalwane baseListra nabase-Ikhoniyu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Owayefakazelwa kahle ngabazalwane baseListra nase-Ikoniyu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




IzEnzo 16:2
14 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngalezo zinsuku uPetru wasukuma phakathi kwabafundi, (isibalo samagama ndawonye sasingaba yikhulu namashumi amabili).


Kodwa babathintithela uthuli lwezinyawo zabo, bafika e-Ikoniyu.


Kwathi e-Ikoniyu bangena kanyekanye esinagogeni labaJuda, bakhuluma kwaze kwakholwa isixuku esikhulu sabaJuda namaGreki.


Kwathi sebeshumayele ivangeli kulowo muzi, sebefundise abaningi, babuyela eListra, nase-Ikoniyu, nase-Antiyokiya;


Sebekunanzelele lokho, babalekela eListra leDerbe, imizi yeLikawoniya, lezabelo ezizingelezeleyo.


Base bephuma etilongweni, bangena endlini kaLidiya; sebebonile abazalwane, babaduduza, bamuka.


Ngakho-ke, bazalwane, zifuneleni phakathi kwenu amadoda ayisikhombisa anodumo oluhle, agcwele uMoya oNgcwele nokuhlakanipha, esingawabeka phezu kwalo msebenzi.


Kepha niyabazi ubufakazi bakhe, ukuthi njengendodana kuyise ukhonzile kanye nami evangelini.


Phezu kwalokho umelwe ukunobufakazi obuhle kwabangaphandle; funa awele esihlazweni nasogibeni lukaSathane.


Kufakazelwe kahle ngemisebenzi emihle; uma ondle abantwana, uma engenise izihambi, uma egezile izinyawo zabangcwele, uma esize abahluphekayo, uma ekhuthalele wonke umsebenzi omuhle.


Ngokunjalo nemisebenzi emihle isobala ngaphambili; lalezo ezingenjalo azinakufihlwa.


Ukushushiswa, nezinhlupheko, eza kimi e-Antiyokiya, e-Ikoniyu, eListra; ukuzingelwa okungaka ngakubekezelela, kepha iNkosi yangikhulula kukho konke.


lokuthi kusukela ebuntwaneni wazi imibhalo engcwele, elamandla okukuhlakaniphisa, kube yinsindiso ngokukholwa kuKristu Jesu.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ