IsAmbulo 21:9 - Baasraak Zulu New Testament Bible9 Kwase kufika kimi enye yezingelosi eziyisikhombisa ezazinezitsha eziyisikhombisa ezigcwele izinhlupho eziyisikhombisa zokugcina, yakhuluma nami, yathi: “Woza lapha, ngizokubonisa umlobokazi, umkaWundlu. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE9 Kwase kufika enye yezingelosi eziyisikhombisa ezazinezitsha eziyisikhombisa ezigcwele izinhlupho eziyisikhombisa zokugcina, yakhuluma nami, yathi: “Woza lapha, ngikukhombise umlobokazi, umkaWundlu.” အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 20209 Kwase kufika enye yezingelosi eziyisikhombisa ezaziphethe izitsha eziyisikhombisa zigcwele izinhlupheko zokugcina eziyisikhombisa, yakhuluma nami, yathi: “Woza, ngikukhombise umlobokazi, umakoti weWundlu.” အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20249 Kwase kufika kimi enye yezingelosi eziyisikhombisa ezazinezitsha eziyisikhombisa ezigcwele izinhlupho eziyisikhombisa zokugcina, yakhuluma nami, yathi: “Woza lapha, ngizokubonisa umlobokazi, umkaWundlu. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |