Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




IsAmbulo 17:16 - Baasraak Zulu New Testament Bible

16 Izimpondo eziyishumi owazibonayo nesilo, lezi ziyakusizonda isifebe, zisenze incithakalo, zibe nqunu, zidle inyama yaso, zisishise ngomlilo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Izimpondo eziyishumi owazibonayo, nesilo, lezi ziyakusizonda isifebe, zisenze incithakalo, sibe yize, zidle inyama yaso, zisishise ngomlilo, zisiqede;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

16 Izimpondo ezilishumi ozibonileyo nesilo, lezi ziyakusizonda isifebe zisibhubhise, zisihlubule sibe ze, zidle inyama yaso, zisishise ngomlilo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

16 Izimpondo eziyishumi owazibonayo nesilo, lezi ziyakusizonda isifebe, zisenze incithakalo, zibe nqunu, zidle inyama yaso, zisishise ngomlilo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




IsAmbulo 17:16
17 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kwabonakala esinye isimangaliso ezulwini; bheka, udrako omkhulu obomvu, enamakhanda ayisikhombisa nezimpondo eziyishumi, nasemakhanda akhe imiqhele eyisikhombisa.


Eyesithupha yathululela isitsha sayo emfuleni omkhulu u-Ewufrathe; amanzi awo atsha, ukuze ilungiswe indlela yamakhosi asempumalanga.


Futhi angamakhosi ayisikhombisa: ayisihlanu asewile, enye ikhona, enye ayikafiki; njalo nxa isifikile, izahlala isikhashana.


Base bethela uthuli emakhanda abo, bamemeza bekhala, belila, bethi: “Maye, maye, muzi omkhulu, lapho kwacetshiswa khona bonke ababenemikhumbi olwandle ngenxa yokubiza kwawo okuhle! ngoba ngehora elilodwa selichithekile.


Ngakho-ke izinhlupho zalo ziyakufika ngalusuku lunye, ukufa, nokulila, nendlala; iyakushiswa nokushiswa ngomlilo, ngokuba inamandla iNkosi uJehova owahlulelayo.


ukuze nidle inyama yamakhosi, nenyama yezinduna, nenyama yamadoda anamandla, nenyama yamahhashi, neyabakhweleyo, nenyama yabo bonke abantu, abakhulule nabayizigqila, nabancane. futhi kukhulu.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ