Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




IsAmbulo 16:16 - Baasraak Zulu New Testament Bible

16 Wabahlanganisela endaweni ethiwa ngesiHeberu iArmagedoni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Wayesebahlanganisela endaweni ethiwa ngesiHeberu iHarmagedoni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

16 Wayesebahlanganisela endaweni ebizwa ngesiHebheru ukuthi iHarmagedoni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

16 Wabahlanganisela endaweni ethiwa ngesiHeberu iArmagedoni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




IsAmbulo 16:16
14 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kwathi uPilatu ezwa lelo zwi, wamkhiphela ngaphandle uJesu, wahlala esihlalweni sokwahlulela endaweni ebizwa ngokuthi, Indawo egandaywe ngamatshe, kodwa ngesiHeberu iGabatha.


Yena waphuma ethwele isiphambano sakhe, waya endaweni ebizwa ngokuthi iNdawo Yokhakhayi, ethiwa ngesiHeberu iGolgotha;


Kukhona-ke eJerusalema ngasesangweni lezimvu ichibi elithiwa ngesiHeberu iBethesda, linemipheme eyisihlanu.


Kuthe sesiwile phansi sonke emhlabathini, ngezwa izwi likhuluma kimi ngolimi lwesiHeberu, lithi: ‘Sawulu, Sawulu, ungizingelelani na? kulukhuni kuwe ukukhahlela izinkandi.


Laba bayakulwa neWundlu, kepha iWundlu liyakubanqoba, ngokuba liyiNkosi yamakhosi, neNkosi yamakhosi;


Zazinenkosi phezu kwazo, ingelosi yakwalasha, egama layo ngesiHeberu lingu-Abadoni, kepha ngesiGreki inegama lokuthi uApoliyoni.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ