2 kwabaseKorinte 13:7 - Baasraak Zulu New Testament Bible7 Manje ngiyakhuleka kuNkulunkulu ukuba ningenzi okubi; kungeyisikho ukuthi thina sibonakale singabadunyiswayo, kodwa ukuze lina lenze okulungileyo, lanxa thina singaba njengabaliwayo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE7 Siyakhuleka kuNkulunkulu ukuba ningenzi lutho olubi, angisho ukuze sibonakale thina singabavunyiweyo kepha ukuba nina nikwenze okuhle, noma thina singaba njengabaliwayo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 20207 Siyakhuleka kuNkulunkulu ukuba ningenzi lutho olubi, hhayi ukuba thina sibonakale sinempumelelo, kepha ukuba nina nenze okuhle, noma thina singaba njengabahlulekile. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20247 Manje ngiyakhuleka kuNkulunkulu ukuba ningenzi okubi; kungeyisikho ukuthi thina sibonakale singabadunyiswayo, kodwa ukuze lina lenze okulungileyo, lanxa thina singaba njengabaliwayo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |