Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 kwabaseKorinte 11:6 - Baasraak Zulu New Testament Bible

6 Kepha noma ngiyisihlakani ekukhulumeni, nokho hhayi olwazini; kodwa sibonakaliswe phakathi kwenu ezintweni zonke.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Noma ngiyibhimbi lokukhuluma, nokho angisilo ngokwazi; lokhu sikubonakalisile kinina ngezindlela zonke ezintweni zonke.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

6 Noma ngakolunye uhlangothi ngiyibhimbi lokukhuluma, nokho angisilo ngolwazi; lokho sikubonakalisa kinina ngezindlela zonke nasezintweni zonke.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Kepha noma ngiyisihlakani ekukhulumeni, nokho hhayi olwazini; kodwa sibonakaliswe phakathi kwenu ezintweni zonke.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 kwabaseKorinte 11:6
13 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngokuba uKristu akangithumanga ukuba ngibhapathize, kodwa ukuba ngishumayele ivangeli, kungabi ngokuhlakanipha kwamazwi, funa isiphambano sikaKristu senziwa ize.


Ngokuba kuthe ekuhlakanipheni kukaNkulunkulu izwe alimazanga uNkulunkulu ngokuhlakanipha, kwaba kuhle kuNkulunkulu ukusindisa abakholwayo ngobuwula bentshumayelo.


Ngoba omunye uphiwa ngoMoya ilizwi lenhlakanipho; omunye izwi lokwazi ngaye lowoMoya;


Esizikhulumayo futhi, kungengamazwi esiwafundiswa ngokuhlakanipha kwabantu, kodwa angawafundiswa nguMoya oNgcwele; siqhathanisa izinto ezingokomoya nezingokomoya.


Ngokuba bathi, izincwadi zakhe zinesisindo, zinamandla; kodwa ukuba khona kwakhe ngomzimba ubuthakathaka, nokukhuluma kwakhe kudelelekile.


Impela izibonakaliso zomphostoli zenziwa phakathi kwenu ngokubekezela konke, ngezibonakaliso, nezimangaliso, nemisebenzi yamandla.


Kodwa sizilahlile izinto ezifihlakeleyo zehlazo, kasihambi ngobuqili, singaphambanisi ilizwi likaNkulunkulu; kodwa ngokuveza iqiniso sizincoma kunembeza wabantu bonke phambi kukaNkulunkulu.


Ngakho lokhu sikwazi ukwesabeka kweNkosi, siyabancenga abantu; kodwa sibonakalisiwe kuNkulunkulu; futhi ngiyethemba ukuthi nakunembeza wenu sibonakalisiwe.


ngobumsulwa, ngolwazi, ngokubekezela, ebubeleni, ngoMoya oNgcwele, ngothando olungazenzisiyo,


Samukeleni; asonanga muntu, asonakalisanga muntu, asiphanga muntu.


okungalokho, nxa nifunda, nibe nokuqonda ukwazi kwami emfihlakalweni kaKristu;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ