Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 kwabaseKorinte 10:3 - Baasraak Zulu New Testament Bible

3 Ngoba lanxa sihamba enyameni, kasilwi ngokwenyama;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Ngokuba noma sihamba sisenyameni kasilwi ngokwenyama,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

3 Nakuba siphila sisenyameni, kasilwi ngokwenyama,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Ngoba lanxa sihamba enyameni, kasilwi ngokwenyama;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 kwabaseKorinte 10:3
11 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngokuba lapho sisenyameni, inkanuko yezono eyayingokomthetho yasebenza ezithweni zethu ukuba sithelele ukufa isithelo.


Ngokuba uma niphila ngokwenyama, nizakufa; kepha uma nibulala imisebenzi yomzimba ngoMoya, nizakuphila.


ukuze ukulunga komlayo kugcwaliseke kithi, esingahambi ngokwenyama, kodwa ngokukaMoya.


Ngakho-ke lapho ngicabanga kanjalo, ngenza ubuwula na? Noma lokho engikuhlosileyo ngihlose ngokwenyama yini ukuba kimi kube uyebo, yebo, noqhabo?


(Ngokuba izikhali zempi yethu azisizo ezenyama, kodwa ngaye uNkulunkulu zinamandla okubhidliza izinqaba;)


Ngibethelwe kanye noKristu, nokho ngiyaphila; nokho akumina, kodwa uKristu uphila kimi, nokuphila engikuphila manje enyameni ngikuphila ngokukholwa yiNdodana kaNkulunkulu eyangithandayo, yazinikela ngenxa yami.


Lo myalo ngiwunika wena Thimothewu, ndodana, ngokweziprofetho ezandulelayo ngawe, ukuze ngazo ulwe impi enhle;


Ngikulwile ukulwa okuhle, ngiliqedile ibanga lami, ngigcinile ukukholwa;


Ngakho-ke nathi njengoba sizungezwe ifu elingaka lawofakazi, masilahle konke okusindayo nesono esisithandela kalula, futhi masiwugijime ngokubekezela umncintiswano obekwe phambi kwethu,


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ