Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 kwabaseKorinte 10:12 - Baasraak Zulu New Testament Bible

12 Ngoba kasinasibindi sokuzilinganisa kumbe ukuzifanisa labanye abazincomayo;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Ngokuba asinasibindi sokuzilinganisa nokuzifanisa nabathile babo abazincomayo. Kodwa bona, nxa bezilinganisa ngezingqobo zabo, bezifanisa nezingqobo zabo, kaba namqondo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

12 Ngokuba asithandi neze ukuzilinganisa nokuzifanisa nabathile balabo abazincomayo. Kepha lapho bezilinganisa nabanye phakathi kwabo, bazifanisa nabanye ngendlela engenangqondo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Ngoba kasinasibindi sokuzilinganisa kumbe ukuzifanisa labanye abazincomayo;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 kwabaseKorinte 10:12
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UmFarisi wema wazikhulekela ngokuthi: “Nkulunkulu, ngiyakubonga ngokuba ngingenjengabanye abantu, abaphangi, abangalungile, iziphingi, nanjengalo mthelisi.


Ngoba kangiyikuba lesibindi sokukhuluma laluthouluthouluthouluthouKristu angasebenzangangami, ukuthi enze abezizwe balalele, ngelizwi langesenzo;


Onjalo makacabange lokhu, ukuthi, lokho esiyikho ngezwi ngezincwadi lapho singekho, siyakuba njalo nangesenzo lapho sikhona.


Ngoba akusiye ozincomayo owamukelekayo, kodwa onconywa yiNkosi.


Siqala futhi ukuzincoma na? Sidinga, njengabathile, izincwadi zokusifakaza kini, noma izincwadi zokusincoma ezivela kini?


Ngokuba asizincomi futhi kini, kodwa sininika ithuba lokuzibonga ngathi, ukuze nibe nakho ukuphendula abazibongayo ngokusemehlweni kungeyisikho ngenhliziyo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ