Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 kwabaseKorinte 6:3 - Baasraak Zulu New Testament Bible

3 Anazi yini ukuthi siyakwahlulela izingelosi na? kakhulu kangakanani izinto zalokhu kuphila?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Anazi yini ukuthi siyakwahlulela izingelosi na? Kakhulu-ke okwalokhu kuphila.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

3 Anazi yini ukuthi siyakwehlulela ngisho nezingilosi na? Kangakanani-ke amacala alokhu kuphila na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Anazi yini ukuthi siyakwahlulela izingelosi na? kakhulu kangakanani izinto zalokhu kuphila?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 kwabaseKorinte 6:3
14 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Khona iyakuthi nakwabangakwesokhohlo: Sukani kimi nina baqalekisiweyo, niye emlilweni ophakade olungiselwe uSathane nezingelosi zakhe;


Ziqapheleni nina, funa izinhliziyo zenu zisindwe ukuminza, nokudakwa, nezinkathazo zalokhu kuphila, lunifike lolo suku kungazelelwe.


Leyo eyawela emeveni yilabo abathi sebezwile, bahambe baminyaniswe yizinkathazo nengcebo nezinjabulo zalokhukuphila, bangathelisithelo.


Anazi yini ukuthi lowo enizinikela kuye ukuba nibe yizinceku zokumlalela, niyizinceku zakhe enimlalelayo; loba okwesono kube ngukufa, kumbe ukulalela kube ngukulunga?


Anazi yini ukuthi imizimba yenu iyizitho zikaKristu na? ngiyakuthatha izitho zikaKristu, ngizenze izitho zesifebe na? UNkulunkulu akakuvumeli.


Yini? Anazi yini ukuthi ohlangene nesifebe ungumzimba munye naso na? ngokuba ababili, uthi, bayakuba nyamanye.


Yini? Anazi yini ukuthi umzimba wenu uyithempeli likaMoya oNgcwele okinina, enimamukele kuNkulunkulu, nokuthi anisibo abenu na?


Ngakho-ke uma ninezahlulelo zalokhu kuphila, nibabeke abehluleli abancane ebandleni.


Akakho osempini ozifaka ezindabeni zalokhu kuphila; ukuze amthokozise omkhethileyo ukuba yisosha.


Ngokuba uDema ungishiyile, ethanda leli zwe lamanje, waya eThesalonika; uKreske eGalathiya, uThithu eDalmatiya.


Ngokuba uma uNkulunkulu engaziyekanga izingelosi ezonayo, kepha waziphonsa esihogweni, wazinikela emaketangeni obumnyama, zigcinelwe ukwahlulelwa;


Nezingelosi ezingagcinanga isikhundla sazo sokuqala, kepha zashiya ikhaya lazo, uzigcinile ngamaketanga aphakade phansi kobumnyama kuze kube ngukwahlulelwa kosuku olukhulu.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ