Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 kwabaseKorinte 14:7 - Baasraak Zulu New Testament Bible

7 Nezinto ezingenakuphila ezikhalayo, noma umtshingo noma ihabhu, uma zingahlukanisi ukukhala, kuyokwaziwa kanjani okubethwayo noma okubethwa ngehabhu na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Nezinto ezingenamphefumulo ezikhalayo, noma igenkle noma ihabhu*, uma zingakhali ngokwahlukeneyo, kuzakwaziwa kanjani okubethwa ngegenkle nangehabhu na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

7 Ngisho nezinto ezingenamphefumulo ezikhaliswayo kungaba igenkle noma ihabhu, kungezwakala kanjani ukuthi leli yigenkle noma yihabhu uma kungakhali ngokwehlukana kwakho na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Nezinto ezingenakuphila ezikhalayo, noma umtshingo noma ihabhu, uma zingahlukanisi ukukhala, kuyokwaziwa kanjani okubethwayo noma okubethwa ngehabhu na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 kwabaseKorinte 14:7
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngokuba uma icilongo likhala ngezwi elingaqondakaliyo, ngubani ongazilungisela ukulwa na?


Noma ngikhuluma ngezilimi zabantu nezezingelosi, kepha ngingenalo uthando, ngiyithusi elikhencezayo nensimbi encencethayo.


Bafana nabantwana abahlezi esigcawini, bememezana bethi: “Sinishayele imitshingo, kepha anisinanga; sililile kini, kodwa anikhalanga.


‘Sinibethele imitshingo, anisinanga; salilisela, anikhalanga.’


Manje, bazalwane, uma ngiza kini ngikhuluma ngezilimi, ngiyakunisiza ngani, uma ngingakhulumi kini noma ngokwambulelwa, noma ngokwazi, noma ngokuprofetha, noma ngesifundiso na?


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ