Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 kuThimothewu 1:8 - Baasraak Zulu New Testament Bible

8 Kodwa siyazi ukuthi umthetho muhle, uba umuntu ewusebenzisa ngokomthetho;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Siyazi kambe ukuthi umthetho muhle, nxa umuntu ewusebenzisa ngokomthetho,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

8 Kepha thina siyazi ukuthi umthetho muhle, uma umuntu ewusebenzisa ngokufaneleyo,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Kodwa siyazi ukuthi umthetho muhle, uba umuntu ewusebenzisa ngokomthetho;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 kuThimothewu 1:8
12 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ningalingisi leli zwe, kodwa niguqulwe isimo ngokwenziwa ibentsha ingqondo yenu, ukuze nibe nokuhlolisisa okuyintando kaNkulunkulu enhle, neyamukelekayo, nepheleleyo.


Uma ngenza lokho engingakuthandiyo, ngivumelana nomthetho ukuthi muhle.


Ngokuba ngiyazi ukuthi kimi, okungukuthi enyameni yami, akuhlali okuhle, ngokuba ukuthanda kukhona kimi; kodwa ukwenza okuhle kangikutholi.


Ngokuba ngiyathokoza emthethweni kaNkulunkulu ngokomuntu ongaphakathi;


Ngakho-ke umthetho uphambene nezithembiso zikaNkulunkulu na? Makube njalo, ngokuba uma wawunikiwe umthetho owawungaphilisa, isibili ukulunga ngabe kuvela ngomthetho.


Futhi uma umuntu encintisana, kathweswa umqhele, ngaphandle kokuthi encintisana ngokomthetho.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ