Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




U-Isaya 66:9 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Mina ngiyakusondeza ekuzalweni ngingazalisi na?” usho uJehova. “Mina engingozalisayo bengiyakuvala na?” usho uNkulunkulu wakho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

9 Mina ngingakusondeza yini ekuzalweni ngingenzi uzalwe na?” kusho uSimakade. “Mina ozalisayo ngingasivala yini isibeletho na?” kusho uNkulunkulu wakho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Ngibelethe ngingazali na? usho uJehova, uthi: “Ngiyakwenza ukuba isisu sikanina sizale, ngisivale na? usho uNkulunkulu wakho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




U-Isaya 66:9
3 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kukhona into emahlula uJehova na? Ngalesi sikhathi emva komnyaka ngiyakubuyela kuwe, uSara abe nendodana.”


Bathi kuye: “Usho kanje uHezekiya, uthi: Lolu suku lungusuku losizi nolokusolwa nolokudelelwa, ngokuba abantwana sebefikile ekuzalweni, kepha amandla okubeletha awakho.


Imihelo yobelethayo iyakumehlela; uyindodana engahlakaniphile, ngokuba kuyisikhathi sokuba angemi lapho kuqhamuka abantwana.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ