Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




U-Isaya 57:9 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Waya kuMoloki uphethe amafutha, wawandisa amakha akho; wathumela kude izithunywa zakho, wazehlisela nasendaweni yabafileyo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

9 Waya kuMolokhi uphethe amafutha, wawandisa amakha akho. Wathumela kude izithunywa zakho, wazehlisela nasendaweni yabafileyo,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Waya enkosini uphethe amafutha, wandisa iphunga lakho, wathumela kude izithunywa zakho, wazithoba endaweni yabafileyo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




U-Isaya 57:9
12 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngifafazile umbhede wami ngemure,* nangomhlaba, nangokinamona.*


Kepha abantu bayakufoliswa, namadoda ayakuthotshiswa; abayikuthethelelwa.


Zonke izifebe ziphiwa imivuzo, kepha wena unika zonke izithandwa zakho imivuzo, uziqashe ukuba zifike kuwe nxazonke ekufebeni kwakho.


Ekubaboneni kwamehlo akhe wabakhanukela, wathuma kubo izithunywa eKalideya.


“Futhi nithumele amadoda avela kude, okwathunywa kuwo isithunywa; bheka, afika; wazihlanzela wona, wawagqabela amehlo akho, wazivunulisa ngezivunulo,


“Inkosi iyakwenza njengentando yayo, iziphakamise, izikhulise phezu kwabo bonke onkulunkulu, ikhulume okumangalisayo ngoNkulunkulu wawonkulunkulu, ibe nenhlanhla luze luphelele ulaka, ngokuba okumisiweyo kuyakwenziwa.


U-Efrayimi uyadla umoya, ulandela umoya wasempumalanga; uyandisa imihla yonke amanga nencithakalo; benza isivumelwano ne-Asiriya, namafutha ayiswa eGibithe.


“U-Efrayimi unjengejuba elidukiswayo lingenangqondo; bayabiza iGibithe, baya e-Asiriya.


Makungabikho muntu onamuka umvuzo wenu, othanda ukuzenza othobile ekhonza izingelosi, ephike ngemibono yakhe, ezikhukhumeza ngeze ngengqondo yakhe yenyama,


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ