U-Ezra 8:34 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE34 konke-ke kwenziwa ngomumo nangesisindo; sonke isisindo salotshwa ngaleso sikhathi. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202034 Konke kwabalwa, kwakalwa, kwase kubhalwa phansi isisindo sakho. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202434 Ngokwesibalo nangesisindo sazo zonke, nesisindo saso sonke salotshwa phansi ngaleso sikhathi. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Abathunjwa abaphuma ekuthunjweni banikela ngeminikelo yokushiswa kuNkulunkulu ka-Israyeli eyizinkunzi eziyishumi nambili ngaye wonke u-Israyeli, nezinqama ezingamashumi ayisihiyagalolunye nesithupha, namawundlu angamashumi ayisikhombisa nesikhombisa, nezimpongo eziyishumi nambili zibe ngumnikelo wokona; konke kwakungumnikelo wokushiswa kuJehova.