Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




U-Ezra 7:18 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 “Okuhle kuwe nakubafowenu ukuba nikwenze ngesiliva negolide eliseleyo, kwenzeni ngokwentando kaNkulunkulu wenu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

18 “Wena nabafowenu, lokho enikubona kufanele ukuba nikwenze ngesiliva nangegolide elisalileyo, kwenzeni ngokwentando kaNkulunkulu wenu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

18 Noma yini okuhle ngawe nabafowenu ukuba niyenze ngalo lonke elinye isiliva negolide, niyenze ngokwentando kaNkulunkulu wenu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




U-Ezra 7:18
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ababalelananga nabantu imali abayibeka ezandleni zabo ukunika abasebenzayo, ngokuba babethembekile ekuphatheni kwabo.


Nokho akubalelwananga nabo ngemali eyabekwa esandleni sabo, ngokuba babethembekile ekuphatheni kwabo.”


Ngalokho uyakuthenga ngesineke sonke ngale mali izinkunzi, nezinqama, namawundlu kanye neminikelo yakho yempuphu neminikelo yakho yokuphuzwa, unikele ngakho e-altare lendlu kaNkulunkulu wenu eseJerusalema.


Izitsha onikwe zona ukuba zibe ngezenkonzo yendlu kaNkulunkulu wakho, zibuyisele phambi kukaNkulunkulu waseJerusalema.


Bonke abangayikwenza umthetho kaNkulunkulu wakho nomthetho wenkosi mabahlulelwe ngaso sonke isineke, noma kube ngokokufa noma okokuxoshwa, noma impahla yabo ibe yisizi, noma kube ngukuboshwa.”


Ngakho-ke ningabi yiziwula, kodwa qondani okuyintando yeNkosi.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ