Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




U-Ezra 6:9 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Abakudingayo, amaduna, nezinqama, namawundlu okuyakuba yiminikelo yokushiswa kuNkulunkulu wezulu, kanye nokolweni, nosawoti, newayini, namafutha, njengezwi labapristi abaseJerusalema, mabanikwe khona imihla ngemihla kungaphuthi

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

9 Noma yini abayidingayo: amaduna, izinqama, amawundlu abazokwenza ngakho iminikelo yokushiswa kuNkulunkulu wasezulwini, nokolo, usawoti, iwayini, namafutha, njengokusho kwabaphristi abaseJerusalema, mabanikwe lokho nsuku zonke, kungaphuthi,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Futhi abakudingayo, amaduna, nezinqama, namawundlu, okomnikelo wokushiswa kaNkulunkulu wezulu, ukolweni, nosawoti, newayini, namafutha, njengokumisa kwabapristi abaseJerusalema, kube usuku lwabo. Ngosuku olunikezwe ngaphandle kokulibala:

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




U-Ezra 6:9
13 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Abanye kubo babemiselwe impahla, nezitsha zonke zendlu engcwele, nempuphu, newayini, namafutha, nenhlaka, namakha.


ukuba banikele ngemihlatshelo yephunga elimnandi kuNkulunkulu wezulu, bakhulekele ukuphila kwenkosi namadodana ayo.


“Futhi ngikhipha isimemezelo ngeniyakukwenza kulawo malunga abaJuda ukuba kwakhiwe leyo ndlu kaNkulunkulu: labo bantu mabanikwe kakhulu izindleko empahleni yenkosi, intela yaphesheya koMfula,* ukuba bangathiywa.


Amakhosi ayakuba ngabazanyana bakho, namakhosikazi awo ayakuba ngabancelisi bakho; bayakukukhothamela ubuso bubheke phansi, bakhothe uthuli lwezinyawo zakho; uyakwazi ukuthi nginguJehova, abethemba kimi abayikujabha.”


“ ‘Uma umnikelo wakhe ungowemihlambi, owasezimvini noma owasezimbuzini, ube ngumnikelo wokushiswa, wonikela ngeduna elingenasici.


wathi ku-Aroni: “Mawuzithathele ithole lenkunzi, libe ngumnikelo wesono, nenqama ibe ngumnikelo wokushiswa, okungenasici, unikele ngakho phambi kukaJehova.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ