Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




U-Ezra 5:7 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 bathuma incwadi kuye okulotshwe kuyo ukuthi: “KuDariyu inkosi; makube ngukuthula konke.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

7 Bayithumelela umbiko owawubhalwe kanje: “KuDariyu, inkosi, makube ngukuthula konke!

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Basebemthumelela incwadi okwakulotshwe kuyo; Enkosini uDariyu, ukuthula konke!

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




U-Ezra 5:7
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Inkosi yayisithuma incwadi kuRehumi unqamulajuqu noShimshayi umbhali nabanye abangane babo ababehlala eSamariya nakwelinye phesheya koMfula* yokuthi: “Ukuthula, nokuthi nokuthi.


Nansi impinda yencwadi uThathenayi, umbusi waphesheya koMfula,* noShethari Bozenayi, nabangane bakhe ama-Afarisaki ayengaphesheya koMfula* abayithuma kuDariyu inkosi;


“Makwazeke enkosini ukuthi saya ezweni lakwaJuda endlini kaNkulunkulu omkhulu eyakhiwe ngamatshe amakhulu, imithi ifakwe ezindongeni; lo msebenzi uqhubeka ngesineke, unempumelelo ezandleni zabo.


Athatha athi kuNebukadinesari inkosi: “Mana njalo, nkosi.


UNebukadinesari inkosi kubo bonke abantu, nezizwe, nezilimi ezakhe emhlabeni wonke: ukuthula makuvame kinina.


UDaniyeli wathi enkosini: “Mana njalo, nkosi.


Ukuthula ngikushiya kinina, ukuthula kwami nginipha khona. Akunjengokupha kwezwe ukunipha kwami. Inhliziyo yenu mayingakhathazeki, ingesabi.


Kepha iNkosi yokuthula uqobo mayiniphe ukuthula ngezikhathi zonke nangezindlela zonke. INkosi mayibe nani nonke.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ