Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




U-Ezra 4:23 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 Lapho impinda yencwadi yenkosi u-Aritahishashita isifundiwe phambi kwawoRehumi noShimshayi umbhali nabangane babo, bashesha baya eJerusalema kubaJuda, babathiya ngezikhwepha nangamandla.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

23 Kwathi ukuba ifuzela lencwadi yenkosi u-Arithahishashitha lifundwe lonke phambi kukaRehumi, noShimishayi umbhali, nabangani babo, baphuthuma baya eJerusalema bayophoqa abaJuda ukuba bayeke ukwakha kabusha umuzi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

23 Lapho ikhophi yencwadi yenkosi u-Aritahishashita ifundwa phambi kukaRehumi noShimishayi umbhali nabangane babo, bashesha bakhuphukela eJerusalema kumaJuda babamisa ngamandla nangenkani.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




U-Ezra 4:23
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Inkosi yayisithuma incwadi kuRehumi unqamulajuqu noShimshayi umbhali nabanye abangane babo ababehlala eSamariya nakwelinye phesheya koMfula* yokuthi: “Ukuthula, nokuthi nokuthi.


Xwayani ukuba ningayekethisi kulokho; kungase kwande ukonakala, kulimaze amakhosi, na?”


Wawusuthiywa umsebenzi wendlu kaNkulunkulu eseJerusalema. Wathiywa kwaze kwaba ngumnyaka wesibili wokubusa kukaDariyu inkosi yasePheresiya.


Emihleni ka-Aritahishashita oBishilamu, noMithiredati, noThabeyeli, nabanye abangane bakhe baloba ku-Aritahishashita inkosi yasePheresiya; okulotshiweyo kwakunjengokulotshwa kwesi-Aramu, kwachazwa ngesi-Aramu.


Ngokuba abalali, uma bengenzanga okubi; ubuthongo buyasuswa, uma bengakhubekisanga muntu.


Wo! kwabaceba ububi, benze okubi emibhedeni yabo! Ekukhanyeni kokusa bayakwenza, ngokuba kusemandleni ezandla zabo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ