Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




U-Ezra 4:10 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 nezinye izizwe ezathunjwa ngu-Osinaphari omkhulu nodumileyo, zahlaliswa emzini waseSamariya nakwelinye phesheya koMfula,* nokuthi nokuthi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

10 nazo zonke izizwe ezathunjwa ngu-Osinaphari omkhulu nonamandla wazihlalisa emzini eSamariya nakwezinye izindawo, esifundazweni entshonalanga yeYufrathe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Nezinye izizwe, u-Asnapari omkhulu nohloniphekayo azithatha, wazihlalisa emizini yaseSamariya, nezinye ezingaphesheya koMfula, nangaleso sikhathi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




U-Ezra 4:10
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kwathi lapho izitha zakwaJuda nezakwaBenjamini sezizwile ukuthi abathunjwa bakhela uJehova uNkulunkulu ka-Israyeli ithempeli,


Nansi impinda yencwadi abayithuma ku-Aritahishashita inkosi yokuthi: “Izinceku zakho, abantu abaphesheya koMfula,* nokuthi nokuthi.


Inkosi yayisithuma incwadi kuRehumi unqamulajuqu noShimshayi umbhali nabanye abangane babo ababehlala eSamariya nakwelinye phesheya koMfula* yokuthi: “Ukuthula, nokuthi nokuthi.


“U-Aritahishashita, inkosi yamakhosi ku-Ezra, umpristi nombhali womthetho kaNkulunkulu wezulu; ukuthula, nokuthi nokuthi.


Wakhuluma phambi kwabafowabo nempi yaseSamariya, wathi: “Benzani laba baJuda abangenamandla na? Bayekwe bebodwa na? Bahlabe yini? Bakuqede ngosuku na? Bavuse amatshe emfuthumfuthwini yamabibi lokhu eshisiwe na?”


“Ngalokho, Nkulunkulu wethu, Nkulunkulu omkhulu onamandla owesabekayo, ogcina isivumelwano nomusa, yonke le nkathazo mayingabi ncane ebusweni bakho esificile thina, namakhosi ethu, nezikhulu zethu, nabapristi bethu, nabaprofethi bethu, nawobaba, nabo bonke abantu bakho, kusukela esikhathini samakhosi ase-Asiriya kuze kube namuhla.


Nikani bonke okubafaneleyo: intela kofanele intela, inkokhiso kofanele inkokhiso, ukwesaba kofanele ukwesatshwa, udumo kofanele udumo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ