Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




U-Ezra 3:3 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Balimisa i-altare endaweni yalo, ngokuba babe novalo ngenxa yabantu balawo mazwe, banikela ngeminikelo yokushiswa kuJehova phezu kwalo, yebo, iminikelo yokushiswa ekuseni nakusihlwa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

3 Noma izizwe ezazibazungezile zazibesabisa, balakha kabusha i-althare phezu kwezisekelo zalo, base benikela phezu kwalo kuSimakade iminikelo yokushiswa, iminikelo yokushiswa yasekuseni neyakusihlwa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Balibeka i-altare ezisekelweni zalo; ngoba ukwesaba kwakuphezu kwabo ngenxa yabantu balawomazwe; banikela ngeminikelo yokushiswa kuJehova phezu kwalo, iminikelo yokushiswa ekuseni nakusihlwa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




U-Ezra 3:3
11 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

ukuba banikele njalo ngeminikelo yokushiswa phezu kwe-altare lomnikelo wokushiswa ekuseni nakusihlwa njengakho konke okulotshiweyo emthethweni kaJehova ayala ngawo u-Israyeli,


Wenza i-altare lethusi; ubude balo babuyizingalo ezingamashumi amabili, nobubanzi balo babuyizingalo ezingamashumi amabili, nokuphakama kwalo kwakuyizingalo eziyishumi.


Abantu balelo zwe base bedangalisa izandla zabantu bakwaJuda, babesabisa ekwakheni,


wathi kuye: “Thatha lezi zitsha, uye uzibeke ethempelini eliseJerusalema, indlu kaNkulunkulu yakhiwe endaweni yayo.”


I-altare, ubude balo babuyizingalo eziyishumi nambili, ububanzi balo buyizingalo eziyishumi nambili, linezinhlangothi ezine ezilingeneyo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ