Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




U-Ezra 2:62 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

62 Labo bafuna ukubhalwa kwabo phakathi kwababhaliweyo ngezizukulwane, kepha kabafunyanwanga; ngalokho bakhishwa ebupristini, kwathiwa bangcolile.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

62 Laba bazifuna ohleni lwabaphristi olubhaliwe, kepha abafunyanwanga; ngalokho bakhishwa ebuphristini, kwathiwa bangcolile.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

62 Bafuna umbhalo wabo phakathi kwababalwayo ngokohlu lozalo, kepha awafunyanwa; ngakho-ke, njengoba bengcolile, baxoshwa ebupristini.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




U-Ezra 2:62
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kuyakuthi umuntu engiyakumkhetha, intonga yakhe ihlume, ngenze ukuba kuphele ngakimi ukukhonona kwabantwana bakwa-Israyeli abakhonona ngakho ngani.”


Wena namadodana akho kanye nawe niyakugcina ubupristi kukho konke okwe-altare, nakukho konke okuphakathi kwesihenqo; niyakukhonza; ngiyaninika ubupristi njengenkonzo yesipho; umfokazi osondelayo wobulawa.”


Uyakumisa u-Aroni namadodana akhe, bagcine ubupristi babo; umfokazi osondelayo uyakubulawa.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ