Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




U-Ezra 2:61 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

61 Abantwana babapristi: ngabantwana bakwaHabaya, nabantwana bakwaHakhosi, nabantwana bakwaBarizilayi, owathatha umfazi emadodakazini kaBarizilayi wakwaGileyadi, wabizwa ngegama lawo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

61 Abozalo lwabaphristi: kwakungabozalo lukaHabhaya, lukaHakozi nolukaBharizilayi, owathatha umfazi emadodakazini kaBharizilayi wakwaGileyadi, wabizwa ngegama lawo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

61 Kubantwana babapristi: abantwana bakwaHabaya, abantwana bakwaKoshi, abantwana bakwaBarizilayi; owathatha umfazi emadodakazini kaBarizilayi wakwaGileyadi, wabizwa ngegama lawo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




U-Ezra 2:61
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kwathi uDavide esefikile eMahanayimi, uShobi indodana kaNahashi waseRaba labantwana bakwa-Amoni, noMakiri indodana ka-Amiyeli waseLo Debari, noBarizilayi wakwaGileyadi waseRogelimi


“Kepha yiba nomusa kumadodana kaBarizilayi wakwaGileyadi, abe khona phakathi kwabadla ngasetafuleni lakho, ngokuba enza kanjalo kimi mhla ngabalekela u-Abisalomu umfowenu.


neyesikhombisa uHakhosi, neyesishiyagalombili u-Abiya,


ngabantwana bakwaDelaya, nabantwana bakwaThobiya, nabantwana bakwaNekhoda, bengamakhulu ayisithupha namashumi ayisihlanu nambili.


Eceleni kwabo kwalungisa uMeremoti, indodana ka-Uriya kaHakhosi. Eceleni kwabo kwalungisa uMeshulamu indodana kaBerekiya kaMeshezabeli. Eceleni kwabo kwalungisa uSadoki indodana kaBahana.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ