Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




U-Ezra 10:16 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Kepha abathunjwa benze njalo. Kwakhethwa u-Ezra, umpristi, namadoda ayizinhloko zawoyise njengezindlu zawoyise, bonke ngamagama; bahlala ngosuku lokuqala lwenyanga yeshumi ukuyiphenya le ndaba.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

16 Ababuye ekuthunjweni benza kanjalo. U-Ezra umphristi waqoka amadoda, izinhloko zemindeni ngokwezindlu zokhokho bazo, yileyo naleyo ibizwe ngegama. Lawo madoda ahlangana ngosuku lokuqala, ngenyanga yeshumi, ukuze aphande kabanzi ngalolu daba.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

16 Abantwana beziboshwa benze njalo. U-Ezra umpristi, nezinhloko zezindlu zawoyise ngokwezindlu zawoyise, nabo bonke ngokwamagama abo, bahlukaniswa, bahlala phansi ukuyiphenya indaba ngosuku lokuqala lwenyanga yeshumi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




U-Ezra 10:16
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UJonathani, indodana ka-Asaheli, noJahazeya indodana kaThikiva kuphela bamelana nalokho; oMeshulamu noShabethayi umLevi babasiza.


Baqeda namadoda ayethathe abesifazane babezizwe ngosuku lokuqala lwenyanga yokuqala.


Nganginguyise wabampofu; indaba yengingamaziyo ngayiphenya.


“Konje umthetho wakithi uyamlahla yini umuntu ungakamuzwa kuqala, uze wazi akwenzayo, na?”


wobuza, uphenye, ubuzisise; bheka, uma kuyiqiniso, leyo nto iqinisekile ukuthi isinengiso esinjalo senziwe phakathi kwakho,


woshaya nokushaya abantu balowo muzi ngosiko lwenkemba, uwuchithe impela, nakho konke okuphakathi kwawo, nezinkomo zawo, ngosiko lwenkemba.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ