U-Amose 9:3 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE3 Noma becasha esiqongweni saseKarmeli, ngiyakubafunisisa, ngibakhiphe khona; nakuba befihlekile emehlweni ami phakathi kolwandle, ngiyakuyala inyoka ukuba iphume khona, ibalume. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 20203 Noma bangacasha esiqongweni seKharmeli, ngiyakubathungatha, ngibabambe. Noma bangazifihla ekujuleni kolwandle ngingababoni ngawami amehlo, kodwa nakhona lapho ngiyakujuba inyoka ibalume. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20243 Noma becasha esiqongweni seKarmeli, ngiyakubaphenya, ngibasuse; noma becashile ebusweni bami phansi kolwandle, ngiyakuyala inyoka lapho, ibalume. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |