Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




U-Amose 5:24 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

24 Kepha ukwahlulela makugobhoze njengamanzi, nokulunga njengomfula onganqamukiyo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

24 Kepha ubulungiswa mabugeleze njengamanzi, nokulunga njengomfula ongashi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

24 Kodwa ukwahlulela makugeleze njengamanzi, nokulunga njengomfula omkhulu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




U-Amose 5:24
11 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ukwenza ukulunga nokwahlulela kukhethekile kuJehova kunemihlatshelo.


Sengathi nga ulalele imiyalo yami! Khona ukuthula kwakho kwakuyakuba njengomfula, nokulunga kwakho njengamaza olwandle;


Usho kanje uJehova, uthi: Yenzani izahlulelo nokulunga, nophule ophangiweyo esandleni somcindezeli, ningoni, ningadluzuli abafokazi, nezintandane, nabafelokazi, ningachithi igazi elingenacala kule ndawo.


“ ‘Isho kanje iNkosi uJehova, ithi: Makwanele kini nina zikhulu zakwa-Israyeli; susani ubudlova nokuphanga, nenze ukwahlulela nokulunga, niyeke ukuxosha abantu bami, isho iNkosi uJehova.


Ngokuba ngifuna uthando, hhayi umhlatshelo; ngifuma ukumazi uNkulunkulu kuneminikelo yokushiswa.


Susa kimi umsindo wezihlabelelo zakho, angiyikuzwa imvunge yezingubhu zakho.


Nina enihlanekezela ukwahlulela kube ngumhlonyane, nilahle phansi ukulunga;


Ukutshelile, muntu, okuhle; uJehova ufunani kuwe, kungabi ngukwenza ukulunga kuphela nokuthanda umusa, uhambe noNkulunkulu wakho ngokuthobeka, na?


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ