Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




U-Amose 5:23 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 Susa kimi umsindo wezihlabelelo zakho, angiyikuzwa imvunge yezingubhu zakho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

23 Suka kimi nomsindo wezihlabelelo zakho, angiyukuzwa kwamvunge yamahabhu akho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

23 Susa kimi umsindo wezingoma zakho; ngoba kangithandi ukuzwa ukuhlabelela kwezingubhu zenu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




U-Amose 5:23
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Noma ninikela kimi ngeminikelo yenu yokushiswa kanye neminikelo yenu yempuphu, angiyenameli, futhi angibheki iminikelo yenu yokubonga yamathole akhuluphalisiweyo.


Kepha ukwahlulela makugobhoze njengamanzi, nokulunga njengomfula onganqamukiyo.


Bahaya ngomsindo wogubhu, baziqambela izinto zokubethwa njengoDavide.


Ngiyakuphendula imikhosi yenu ibe ngukukhala, nezihlabelelo zenu zonke zibe yizililo, ngibeke izindwangu zamasaka ezinkalweni zonke, nobumpandla kuwo onke amakhanda, ngikwenze kube njengokulilela indodana eyodwa, ukuphela kwakho kube njengosuku olumunyu.”


“Izihlabelelo zethempeli ziyakuba ngukuhhewula ngalolo suku,” isho iNkosi uJehova; “izidumbu ziyakuba ziningi, zilahlwe ezindaweni zonke. Thulani!”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ