Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UZakariya 2:3 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Bheka, ingelosi eyayikhuluma nami yayisiphuma, nenye ingelosi yaphuma ukuyihlangabeza,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

3 Ingelosi eyayikhuluma nami yaphuma-ke, kwathi enye ingelosi yeza ukuyihlangabeza.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Bheka, ingelosi eyayikhuluma nami yaphuma, nenye ingelosi yaphuma ukuyihlangabeza;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UZakariya 2:3
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngathi kuyo ingelosi eyayikhuluma nami: “Ziyini lezi?” Yathi kimi: “Lezi ziyizimpondo ezihlakazile oJuda, no-Israyeli, neJerusalema.”


yathi kuyo: “Gijima ukhulume kule nsizwa ukuthi iJerusalema liyakwakhiwa njengemizi engenanzingange ngenxa yobuningi babantu nezinkomo okuphakathi kwalo.


Ingelosi eyayikhuluma nami yabuya, yangivusa njengomuntu evuswa ebuthongweni bakhe.


Ingelosi eyayikhuluma nami yaphendula, yathi kimi: “Awazi yini ukuthi ziyini lezi?” Ngathi: “Qha, nkosi.”


Yayisiphuma ingelosi eyayikhuluma nami, yathi kimi: “Ake uphakamise amehlo akho, ubone ukuthi kuyini lokhu okuphumayo.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ