UZakariya 1:3 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE3 Kepha yisho wena kubo, uthi: Usho kanje uJehova Sebawoti, uthi: ‘Buyelani kimi,’ usho uJehova Sebawoti, ‘ngiyakubuyela kini,’ usho uJehova Sebawoti. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 20203 Kepha wena batshele, uthi: Usho kanje uSimakade Wamabandla, uthi: ‘Buyelani kimi,’ kusho uSimakade Wamabandla, ‘nami ngizobuyela kini,’ kusho uSimakade Wamabandla. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20243 Ngalokho uthi kubo: Usho kanje uJehova Sebawoti; Phendukelani kimi, usho uJehova Sebawoti, ngibuyele kini, usho uJehova Sebawoti. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Futhi ngithume kini zonke izinceku zami abaprofethi, ngibathuma njalonjalo, ngokuthi: “Ake nibuye, kube yilowo nalowo endleleni yakhe embi, nenze imisebenzi yenu ibe mihle, ningalandeli abanye onkulunkulu ukuba nibakhonze; khona niyakuhlala ezweni engilinike nina nawoyihlo.” Kepha anibekanga izindlebe zenu, aningizwanga.