Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




URuthe 4:2 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Wathatha amadoda ayishumi kuwo amalunga omuzi, wathi: “Hlalani phansi lapha.” Ahlala.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

2 UBhowazi wabiza amadoda alishumi angamalunga omuzi, wathi kuwo: “Hlalani phansi lapha.” Ayesenza kanjalo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Wathatha amadoda ayishumi kumalunga omuzi, wathi: “Hlalani lapha.” Bahlala phansi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




URuthe 4:2
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wayeseloba izincwadi egameni lika-Ahabi, wazinamathelisa ngophawu lwakhe, wazithuma izincwadi kumalunga nakwabakhulu ababesemzini wakhe, abakhe kanye noNaboti.


Uma sisibi emehlweni enkosi yaso ezimisele sona, yovuma ukuba sihlengwe; ayiyukuba namandla okuthengisa ngaso kubo abafokazi, njengokuba isiphathe ngenkohliso.


Indoda yakhe iyaziwa emasangweni, lapho ihlezi namalunga ezwe.


Abadala baphelile esangweni, nezinsizwa ekuhlabeleleni kwazo.


bavusa abantu namalunga nababhali, bamvukela, bambamba, bamyisa emphakathini;


“Uma umuntu engathandi ukumthatha umkamfowabo, umkamfowabo uyakukhuphukela kumalunga esangweni, athi: ‘Umfowabo wendoda yami uyala ukuvusela umfowabo igama kwa-Israyeli; akathandi ukungingena.’


“Nimi namuhla nonke phambi kukaJehova uNkulunkulu wenu: izinhloko zenu, nezizwe zenu, namalunga enu, nezinduna zenu, bonke abantu bakwa-Israyeli,


Ngibuthele onke amalunga ezizwe zenu nezinduna zenu ukuba ngikhulume lawa mazwi ezindlebeni zazo, ngifakazise izulu nomhlaba ngazo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ