Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




URuthe 3:15 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Yayisithi: “Letha ingubo ephezu kwakho, uyibambe.” Wayibamba, yalinganisa kasithupha ibhali,* yamthwesa lona, wangena emzini.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

15 UBhowazi wayesethi kuye: “Letha leli bhayi obulembethe, ulendlale lapha.” Ngempela uRuthi wenza kanjalo. UBhowazi wathela kulo ibhali elinesisindo esicishe sibe ngama-efa amabili, wamethwesa lona. URuthi wathwala leso sijumbana, wenyukela ekhaya naso.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

15 Wathi futhi: Letha iveli olalo phezu kwakho, ulibambe. Lapho elubamba, walinganisa izilinganiso eziyisithupha zebhali, wambeka phezu kwakhe; wangena emzini.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




URuthe 3:15
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

nezibuko, nelineni elicolekileyo, nemishuqulo, nezilembu.


Onesizotha uceba okuzothileyo, nangokuzotha kwakhe uyakuma.


Ngakho-ke njengokuba sinethuba, asenze okuhle kubo bonke, kepha ikakhulu kwabendlu yokukholwa.


Walala ngasezinyaweni zakhe kwaze kwasa, wavuka bengakazani. Ngokuba yathi: “Makungaziwa ukuthi owesifazane wafika esibuyeni.”


Wafika kuninazala; wathi yena: “Ungubani, ndodakazi yami?” Wamtshela konke leyo ndoda ebimenzele khona.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ