Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




URuthe 3:14 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 Walala ngasezinyaweni zakhe kwaze kwasa, wavuka bengakazani. Ngokuba yathi: “Makungaziwa ukuthi owesifazane wafika esibuyeni.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

14 URuthi walala lapho ngasezinyaweni zikaBhowazi kwaze kwasa, wavuka kusemnyama kungakabonakali lutho. UBhowazi wathi: “Angifuni kwazi muntu ukuthi kuke kwafika owesifazane lapha esibuyeni.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

14 Walala ngasezinyaweni zakhe kwaze kwaba sekuseni, wavuka ngaphambi kokuba omunye azi omunye. Wathi: “Makungaziwa ukuthi owesifazane ufikile phansi.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




URuthe 3:14
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Igama elihle lingcono kunamafutha amahle, nosuku lokufa lungcono kunosuku lokuzalwa.


Ningaphindiseli muntu okubi ngokubi; nakani okuhle phambi kwabantu bonke;


Ningakhubekisi nabaJuda, namaGreki, nabandla likaNkulunkulu,


ngokuba sinakekela okuhle, kungesemehlweni eNkosi kuphela kodwa nasemehlweni abantu.


nibe nenkambo enhle phakathi kwabezizwe, ukuze kuthi lapho benihleba ngokungathi ningabenzi bokubi, ngokubona imisebenzi yenu emihle badumise uNkulunkulu ngosuku lokuhanjelwa.


Yayisithi: “Letha ingubo ephezu kwakho, uyibambe.” Wayibamba, yalinganisa kasithupha ibhali,* yamthwesa lona, wangena emzini.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ