Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




URuthe 3:10 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Yathi: “Mawubusiswe nguJehova, ndodakazi yami; ubonakalisile umusa ekugcineni kakhulu kunasekuqaleni, ngokuba awulandelanga izinsizwa, noma zimpofu noma zicebile.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

10 Waphendula wathi: “USimakade makakubusise, ndodakazi yami. Ekugcineni ukhombise ukwethembeka okukhulu kunasekuqaleni; awuzange ugijimele ezinsizweni ezicebile noma ezimpofu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Wathi: “Mawubusiswe nguJehova, ndodakazi yami, ngokuba wenze umusa omkhulu ekugcineni kunasekuqaleni, ngokuba awulandelanga izinsizwa, ezimpofu nezicebile.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




URuthe 3:10
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wathi: “Ngena wena obusisekileyo kaJehova; umelani ngaphandle na? Mina sengilungisile indlu nendawo yamakamela.”


UNawomi wathi komalokazana bakhe ababili: “Hambani nibuyele, kube yilowo nalowo endlini kanina; uJehova makanenzele umusa, njengalokho nanenza kwabafileyo nakimi.


UBowazi waphendula, wathi kuye: “Kubikiwe kimi konke omenzele khona unyokozala selokhu afa umyeni wakho nokuthi ushiyile uyihlo nonyoko nezwe lokuzalwa kwakho, weza kubantu ongabazanga ngaphambili.


UNawomi wathi kumalokazana wakhe: “Makabusiswe nguJehova ongayekanga umusa wakhe kwabaphilileyo nakwabafileyo.” UNawomi wathi kuye: “Lowo muntu uyisihlobo sethu, ungowabahlengi bethu.”


Bheka, uBowazi wafika evela eBetlehema, wathi kwabavunayo: “UJehova makabe nani.” Bathi kuye: “UJehova makakubusise.”


Yathi: “Ungubani?” Wathi: “NginguRuthe incekukazi yakho; yembesa incekukazi yakho umphetho wengubo yakho, ngokuba ungumhlengi.”


USamuweli wafika kuSawule; uSawule wathi kuye: “Mawubusiswe nguJehova; sengifezile izwi likaJehova.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ