Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




URuthe 2:22 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 UNawomi wayesethi kuRuthe umalokazana wakhe: “Kuhle, ndodakazi yami, ukuba uphume namantombazana akhe, ungafikelwa kwenye insimu.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

22 UNawomi wathi kumalokazana wakwakhe: “Kuhle ndodakazi yami, ubohamba nezincekukazi zakhe ukuze ungahlaselwa ngamadoda kwamanye amasimu.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

22 UNawomi wayesethi kuRuthe umalokazana wakhe: “Kuhle, ndodakazi yami, ukuba uphume nezincekukazi zakhe, funa bahlangane nawe kwenye insimu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




URuthe 2:22
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ungashiyi umngane wakho nomngane kayihlo, ungangeni endlini yomfowenu ngosuku lwengozi yakho; ungcono umakhelwane oseduze kunomfowenu okude.


Uma ungakwazi wena muhlekazi phakathi kwabesifazane, phuma uhambe ezinyathelweni zomhlambi, waluse amazinyane akho ngasematendeni abelusi.


UPetru esesegcekeni ngaphansi, kwafika enye yamantombazana ompristi omkhulu,


URuthe wakwaMowabi wathi: “Yebo, wathi kimi: ‘Wonamathela kubafana bami, baze baqede konke ukuvuna kwami.’ ”


Wayesenamathela-ke kuwo amantombazana kaBowazi ukukhothoza kwaze kwaba sekugcineni kokuvunwa kwebhali* nokukakolweni; wahlala-ke noninazala.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ