Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




URuthe 2:19 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 Uninazala wathi kuye: “Ukhothozephi namuhla na? Usebenzephi? Makabusiswe lowo okunakileyo.” Wamtshela uninazala ukuthi ubesebenza kubani, wathi: “Igama lomuntu engisebenzile kuye namuhla linguBowazi.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

19 Uninazala wambuza wathi: “Ubukhothoza kuphi namuhla, na? Usebenze kuphi, na? Makabusiswe lowo okunakekele.” Wamtshela uninazala ukuthi ubesebenza kubani, wathi: “Namuhla bengisebenza kumuntu okuthiwa nguBhowazi.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

19 Uninazala wathi kuye: “Uthathephi namuhla na?” kanti ubusebenza kuphi? ubusisiwe okunakile. Wasemtshela uninazala lowo asebenza kuye, wathi: Ibizo lendoda engisebenze layo lamuhla nguBhowazi;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




URuthe 2:19
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wazimisa izinsika ngasemphemeni wethempeli; wayimisa insika yokunene, waqamba igama layo ngokuthi uJakini, wayimisa nensika yasokhohlo, waqamba igama layo ngokuthi uBowazi.


Ubusisiwe onakekela ohluphekayo; uJehova uyakumsindisa osukwini olubi.


UJehova uyakumlondoloza, amphilise; uyakubusiswa emhlabeni; awuyikumnikela entandweni yezitha zakhe.


Nkulunkulu, sizwile ngezindlebe zethu, okhokho besilandisa ngesenzo owasenzayo emihleni yabo, emihleni yasendulo.


Wayesewa ngobuso bakhe, wakhothamela emhlabathini, wathi kuye: “Ngifumaneleni umusa emehlweni akho ukuba unginake, lokhu ngingowezizwe, na?”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ