Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




URuthe 1:21 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 Ngahamba ngigcwele, uJehova ungibuyise ngize; ningibizelani ngokuthi uNawomi, lokhu uJehova efakazile ngami, uSomandla engenzele okubi, na?”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

21 Ngahamba nginakho konke, kodwa uSimakade ungibuyise ngize. Pho ningibizelani ngoNawomi, lokhu uSimakade ufakazile wamelana nami, uSomandla wangenzela okubi, na?”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

21 Ngaphuma ngigcwele, uJehova wangibuyisa ngize; ningibizelani ngokuthi nginguNawomi, lokhu uJehova efakaza ngami, nokuthi uSomandla ungicindezele na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




URuthe 1:21
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

wathi: “Ngaphuma ngize esizalweni sikamame; ngiyakubuyela khona ngize; uJehova wapha, uJehova uthathile; malibongwe igama likaJehova.”


Ubuyakuletha kimi ofakazi abasha, wandise intukuthelo yakho kimi, amabandla ngamabandla angisukele.


Ngokuba uloba okumunyu ngami, ungidlisa ifa lobubi bobusha bami;


Ungicindezele, kungubufakazi; ukonda kwami kuyangivukela, kufakaze ebusweni bami.


Bakhululile imichilo yabo, bangithobisa; balahlile itomu phambi kwami.


“Ngiyakusondela kini ukwahlulela, ngibe ngufakazi osheshayo ngabalumbi, nangeziphingi, nangabafunga amanga, nangabacindezela abaqashwa ngenkokhelo yabo, nabafelokazi, nezintandane, nabachezukisa abafokazi, bengangesabi mina,” usho uJehova Sebawoti.


beningawahlalela aze abe ngakhulileyo na? Beniyakuzivimbela ningabi namadoda na? Hhayi, madodakazi ami, kumunyu kimi ngenxa yenu, ngokuba isandla sikaJehova siphumele kimi.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ