Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UNumeri 8:25 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

25 kusukela kwabaneminyaka engamashumi ayisihlanu bayakuphuma emsebenzini wenkonzo, bangabe besakhonza;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

25 Kusukela kwabaneminyaka engama-50 bayoyeka ukwenza umsebenzi wenkonzo, abasayukuphinde bawenze futhi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

25 Futhi kusukela eminyakeni engamashumi amahlanu ubudala bayoyeka ukulinda inkonzo yayo futhi ngeke besakhonza.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UNumeri 8:25
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

kusukela kwabaneminyaka engamashumi amathathu kuya phezulu kuze kube kwabaneminyaka engamashumi ayisihlanu, bonke abangena enkonzweni ukwenza umsebenzi etendeni lokuhlangana.


“Yilokhu okungokwamaLevi: kusukela kwabaneminyaka engamashumi amabili nanhlanu kuya phezulu ayakungena ukugcina umsebenzi wenkonzo yetende lokuhlangana:


kodwa bayakukhonza kanye nabafowabo etendeni lokuhlangana, bagcine imfanelo kepha bangabe besakhonza. Uyakwenze njalo kumaLevi ngezimfanelo zawo.”


Ngikulwile ukulwa okuhle, ngiqedile ibanga, ngigcinile ukukholwa;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ