UNumeri 8:17 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE17 Ngokuba onke amazibulo phakathi kwabantwana bakwa-Israyeli angawami, awabantu nawezilwane; mhla ngishaya amazibulo onke ezweni laseGibithe ngazingcwelisela wona. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202017 Wonke amazibulo phakathi kwabantu bakwa-Israyeli angawami, awabantu nawezilwane, ngazehlukanisela wona kusukela mhla ngibulala amazibulo wonke eGibhithe. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202417 Ngokuba ngawami onke amazibulo abantwana bakwa-Israyeli, abantu nawezilwane; mhla ngibulala amazibulo onke ezweni laseGibithe, ngawangcwelisela kimi. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |