UNumeri 7:3 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE3 Zaletha iminikelo yazo phambi kukaJehova, izinqola eziyisithupha ezimboziwe, nezinkabi eziyishumi nambili, yilezo zikhulu ezimbili zinenqola inye, yileso sinenkunzi; zazethula phambi kwetabernakele.* အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 20203 Zaletha iminikelo yazo kuSimakade: izinqola eziyisithupha ezazimboziwe nezinkabi ezili-12, inqola eyodwa yabaholi ngababili nenkabi kumholi ngamunye, zakwethula kuSimakade. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20243 Baletha umhlatshelo wabo phambi kukaJehova, izinqola eziyisithupha ezivalekile nezinkabi eziyishumi nambili; inqola yezikhulu ezimbili nenkabi; bakuletha phambi kwetabernakele. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Bayakuletha bonke abafowenu bebakhipha ezizweni zonke ngamahhashi, nangezinqola, nangezinhlaka, nangeminyuzi,* nangamakamela, babe ngumnikelo kaJehova, beze entabeni yami engcwele eJerusalema,” usho uJehova, “njengalokhu abantwana bakwa-Israyeli bewuletha umnikelo wabo ngesitsha esihlambulukileyo endlini kaJehova.