Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UNumeri 7:11 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 UJehova wathi kuMose: “Izikhulu ziyakunikela ngomnikelo wazo, yileso naleso ngosuku lwaso, ube ngowahlukaniselwa kwe-altare.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

11 uSimakade wathi kuMose: “Yilowo nalowo mholi uyakunikela ngomnikelo wakhe ngosuku lwakhe, ube ngowehlukaniselwe ukubusiswa kwe-althare.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

11 UJehova wathi kuMose: “Bayakunikela ngomhlatshelo wabo wokwahlukanisela i-altare, yilowo nalowo isikhulu ngosuku lwaso.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UNumeri 7:11
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Izikhulu zanikelela ukwahlukaniselwa kwe-altare ngosuku lokugcotshwa kwalo, izikhulu zanikela ngomnikelo wazo phambi kwe-altare.


Owanikela ngomnikelo wakhe ngosuku lokuqala nguNaheshoni indodana ka-Aminadaba, owesizwe sakwaJuda.


ngokuba uNkulunkulu kasiye owesiyaluyalu kepha ngowokuthula. Njengokuba kunjalo emabandleni onke abangcwele,


Ngokuba noma ngingekho ngomzimba, nokho ngikhona kini ngomoya ngithokoza, ngibona inhlelo yenu nokuqina kokukholwa kwenu kuKristu.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ