Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UNumeri 6:11 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 umpristi uyakunikela ngelinye libe ngumnikelo wesono nangelinye libe ngumnikelo wokushiswa, amenzele ukubuyisana, ngokuba wona ngenxa yofileyo; abesengcwelisa ikhanda lakhe ngalolo suku.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

11 Umphristi uyonikela ngelinye libe ngumnikelo wesono nelinye libe ngumnikelo wokushiswa, amenzele ukubuyisana, ngokuba wonile ngenxa yofileyo; angcwelise ikhanda lakhe ngalolo lusuku.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

11 Umpristi kumelwe anikele elinye libe ngumnikelo wesono elinye libe ngumnikelo wokushiswa amenzele isihlawulelo ngenxa yokuthi wonile ngofileyo, futhi ngalolo suku kumelwe angcwelise ikhanda lakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UNumeri 6:11
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

“ ‘Uma amandla akhe enganeli imvu, makalethe kuJehova ngesono one ngaso amahobhe amabili noma amaphuphu amabili amajuba, elinye libe ngumnikelo wesono, elinye libe ngumnikelo wokushiswa,


Uyakwahlukanisela kuJehova izinsuku zobuNaziri bakhe, alethe imvu yeduna enomnyaka munye, ibe ngumnikelo wecala; kepha izinsuku zakuqala ziyakuba yize, ngokuba ubuNaziri bakhe bungcolisiwe.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ