Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UNumeri 4:28 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

28 Lowo ungumsebenzi wemindeni yamadodana amaGereshoni etendeni lokuhlangana; okugcinwa yiwo kube phansi kwesandla sika-Itamari indodana ka-Aroni umpristi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

28 Yilowo umsebenzi wemindeni yabozalo lwamaGereshoni ethendeni lokuhlangana, ebayakuyigcina phansi kwesandla sika-Ithamari, indodana ka-Aroni umphristi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

28 Lona ngumsebenzi wenkonzo ezizukulwaneni zamadodana kaGereshoni etendeni lokuhlangana; inkonzo yawo ingaphansi kwesandla sika-Itamari indodana ka-Aroni umpristi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UNumeri 4:28
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Lokhu kuyimali yetabernakele,* itabernakele lobufakazi, njengokubalwa kwayo ngesiyalezo sikaMose, ngokubala kwamaLevi ngesandla sika-Itamari indodana ka-Aroni umpristi.


Ngesiyalezo sika-Aroni nangesamadodana akhe uyakwenziwa wonke umsebenzi wamadodana amaGereshoni emithwalweni yawo yonke nasemisebenzini yawo yonke; niwamisele yonke imithwalo yawo ezakugcinwa yiwo.


“Amadodana kaMerari uwabale ngemindeni yawo nangezindlu zawoyise;


Lowo ungumsebenzi wemindeni yamadodana kaMerari ngokomsebenzi wabo wonke etendeni lokuhlangana phansi kwesandla sika-Itamari indodana ka-Aroni umpristi.”


Izinqola ezimbili nezinkabi ezine wazinika amadodana kaGereshoni ngomsebenzi wawo,


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ